{"id":278693,"created_at":"2022-10-28 00:12:58","updated_at":"2025-03-31 07:51:13","deleted_at":null,"published_at":"2022-10-28 00:12:58","original_id":null,"artist_id":134613,"title":"Iphupho (Intro)","slug":"iphupho-intro-2","status":"published","description":null,"album_id":null,"streets":1,"source_type":"s3","source":"file","lyrics":"IPhupho Lyrics\r\n\r\n[Verse 1: Kepital]\r\nNgyaphaphama ngdiza entatha ekseni lapho ngo 2\r\nNgvuswa iphupho el\u2019nzima engalqondi el\u2019gcwele inxushunxushu\r\nNgzam\u2019ukbuyisa umqondo ngdons\u2019ugwayi kshunqe nentuthu\r\nMang\u2019qala ngjula umqondo awboni amehlo asithwenaynkungu\r\nInto engiybonayo ikhehla el\u2019dala elzama uksondela kimi\r\nAnglazi elaphi kodwa khona into ethi ishlobo sakini\r\nMangbheka ubuso syafana amanga njalo akhandwa ulimi\r\nLon\u2019uNgobese umkhulu mft yaz akekho owesbili\r\n\r\nEqale evul\u2019umlomo ekhulume ngezwi el\u2019dala lesono\r\nEthi \u201cmfana kunzima emumva nglapha ngzovum\u2019izono\r\nAsqale lapha nas\u2019isbusiso ngaphinde uyeke neZolo\r\nUkuthi ngbona kphela isbaya an\u2019mile niginqa neynkomo\r\nNithi nizama ukbuyisa thina sihlezi siy\u2019nteyodwa\r\nUkufa kthath\u2019umoya kshiye ispoki int\u2019engazi nok\u2019kodwa\r\nNithi nimelw\u2019idlozi njani siphil\u2019impilo eyodwa\r\nNgkhiph\u2019imfihlo kuwe emhlabeni imfundiso iyashoda\r\n\r\n\u2026angsathandi vulan\u2019amehlo, niyazama nishis\u2019impepho\r\nNikholwa enik\u2019kholwayo niyzdala niphik\u2019ukhetho\r\nNgosuku lok\u2019hlulelwa esangweni kophela icebo\r\nUvun\u2019oktshalile uyokhokha mft makphoq\u2019umthetho\r\nUmdala wadal\u2019izilu nomhlaba wafaka umthetho\r\nWakhanda iskhathi namanzi khona komil\u2019imvelo\r\nkwiSambulo sokuqala ubofunda ilanga liyngcebo\r\nuphil\u2019iynqumo zakho kyshuba mawnqum\u2019umbhedo\u201d\r\n\r\n[Verse 2]\r\nMdala angikqondi, mina angiktholi, ncazelo angiyboni\r\nFika kanjani kimi waz kahle ukuthi ibhaybheli mina angil\u2019khonzi\r\nKufa kunjan kanti ngyafunga syobohla kuManyosi\r\nSphila emhlabeni ungalinge ungtshene ngelanga nangeyngilosi\r\nNgyazbuza why ubuye kimi ngoba mina awungazi\r\nWahamba kdala ekhaya ngonyaka ka 1990\r\nKwabhed\u2019izinto kwaphum\u2019igazi sashlabela abaphansi \r\nManje uyangphikisa ukuthi kimi wena as\u2019zazi\r\n\u2026Futhi othi ngfonele uGobela uHlalalumanzi\r\nEshay\u2019amathambo ngomlilo abhule njengesazi\r\nEhlole iydalwa ekhaya kuthi emsamo kwenzakalani\r\nNgil\u2019shaye luRinge lukhale kuye mft ngaphakathi\r\n\r\n\u201cNgyavuma Makhosi, ngyakhuza Makhosi, kunzima Makhosi\r\nLoyo umkhulu wakho engamlanda ngehlahla loMlahlankosi\r\nUveza ukuthi ubizo al\u2019hlangananga namadlozi \r\nLandel\u2019iphupho uyekele kuye amagangangozi\r\nUyeke uvalo, nhliziyo uynikele kweyomhlaba\r\nUmzimba wakho isthunywa kanti umqondo umnini mandla\r\nIndlela aylula kodwa ngokholo wena uzoyhamba\r\nKwakbhaliwe, qung\u2019isbindi manje iskhathi soklala","download_count":94,"play_count":22,"restrict_download":0,"generated_thumbnail":null,"flag_count":0,"download_count_24":1,"download_count_24_at":"2025-03-31","reupload_sent":0,"thumb_path":"https:\/\/s3.eu-central-1.amazonaws.com\/sol-assets\/uploads\/public\/635\/b02\/3c5\/thumb_898050_300_300_0_0_crop.jpg","status_reason":"published","status_reason_alt":null,"tags":[]}
Loading your song...
Downloads: 94
Song Lyrics:
IPhupho Lyrics
[Verse 1: Kepital]
Ngyaphaphama ngdiza entatha ekseni lapho ngo 2
Ngvuswa iphupho el’nzima engalqondi el’gcwele inxushunxushu
Ngzam’ukbuyisa umqondo ngdons’ugwayi kshunqe nentuthu
Mang’qala ngjula umqondo awboni amehlo asithwenaynkungu
Into engiybonayo ikhehla el’dala elzama uksondela kimi
Anglazi elaphi kodwa khona into ethi ishlobo sakini
Mangbheka ubuso syafana amanga njalo akhandwa ulimi
Lon’uNgobese umkhulu mft yaz akekho owesbili
Eqale evul’umlomo ekhulume ngezwi el’dala lesono
Ethi “mfana kunzima emumva nglapha ngzovum’izono
Asqale lapha nas’isbusiso ngaphinde uyeke neZolo
Ukuthi ngbona kphela isbaya an’mile niginqa neynkomo
Nithi nizama ukbuyisa thina sihlezi siy’nteyodwa
Ukufa kthath’umoya kshiye ispoki int’engazi nok’kodwa
Nithi nimelw’idlozi njani siphil’impilo eyodwa
Ngkhiph’imfihlo kuwe emhlabeni imfundiso iyashoda
…angsathandi vulan’amehlo, niyazama nishis’impepho
Nikholwa enik’kholwayo niyzdala niphik’ukhetho
Ngosuku lok’hlulelwa esangweni kophela icebo
Uvun’oktshalile uyokhokha mft makphoq’umthetho
Umdala wadal’izilu nomhlaba wafaka umthetho
Wakhanda iskhathi namanzi khona komil’imvelo
kwiSambulo sokuqala ubofunda ilanga liyngcebo
uphil’iynqumo zakho kyshuba mawnqum’umbhedo”
[Verse 2]
Mdala angikqondi, mina angiktholi, ncazelo angiyboni
Fika kanjani kimi waz kahle ukuthi ibhaybheli mina angil’khonzi
Kufa kunjan kanti ngyafunga syobohla kuManyosi
Sphila emhlabeni ungalinge ungtshene ngelanga nangeyngilosi
Ngyazbuza why ubuye kimi ngoba mina awungazi
Wahamba kdala ekhaya ngonyaka ka 1990
Kwabhed’izinto kwaphum’igazi sashlabela abaphansi
Manje uyangphikisa ukuthi kimi wena as’zazi
…Futhi othi ngfonele uGobela uHlalalumanzi
Eshay’amathambo ngomlilo abhule njengesazi
Ehlole iydalwa ekhaya kuthi emsamo kwenzakalani
Ngil’shaye luRinge lukhale kuye mft ngaphakathi
“Ngyavuma Makhosi, ngyakhuza Makhosi, kunzima Makhosi
Loyo umkhulu wakho engamlanda ngehlahla loMlahlankosi
Uveza ukuthi ubizo al’hlangananga namadlozi
Landel’iphupho uyekele kuye amagangangozi
Uyeke uvalo, nhliziyo uynikele kweyomhlaba
Umzimba wakho isthunywa kanti umqondo umnini mandla
Indlela aylula kodwa ngokholo wena uzoyhamba
Kwakbhaliwe, qung’isbindi manje iskhathi soklala
Subscribe to get the hottest exclusive music and content straight to your inbox!
Help us verify you before we continue...
We were not able to verify you. Please try again.