{"id":278690,"created_at":"2022-10-28 00:08:37","updated_at":"2025-04-22 01:39:29","deleted_at":null,"published_at":"2022-10-28 00:08:37","original_id":null,"artist_id":134613,"title":"Emakhaya (Outro)","slug":"emakhaya-outro","status":"published","description":null,"album_id":null,"streets":1,"source_type":"s3","source":"file","lyrics":"Emakhaya Lyrics\r\n\r\n[verse 1]\r\nMpil\u2019yasekhaya, Aysoze yafaniswa neliny\u2019ibanga\r\nUkvela kwenjabulo ekhaya kush\u2019ukphuma kwelanga\r\nUvuk\u2019ekseni uhleke ubingelele nabadala\r\nBezama ukthetha bethi mfana vuk\u2019uyokha amanzi\r\nMawngena endlini knuka kahle iyshebo zamakhala\r\nIyngane zphiz\u2019idokwe kwazis\u2019uGogo uyaysab\u2019indlala\r\nUk\u2019ba khona kwakho inqobo kuthi unani aknendaba\r\nKodwa nghlel\u2019eGoli manj ngkhumbul\u2019intomb\u2019endala\r\nIthi \u201cMenzi sengkhathele ukpheka ngfuna uzongphumuza\r\nIzolo ngbuy\u2019emtholampilo unyawo ngal\u2019thunuka\r\nSbadala manje noma inini uJova engaskhumbula\r\nSeksele nina ukuthi nenze okningi nisazokfunda\u2026\u201d\r\nNgbuye nghleke engan ngyamazi uGogo unamancoko\r\nUkuthi namhlanje kpheke yena nje sefun\u2019uknconywa\r\nMangbheka selyoshona ng\u2019gijimele uklanda iynkomo\r\nUthando lwakhe lubanzi, lengoma ngyenzele abogogo\r\n\r\n[Chorus] x4\r\nNgkhumbul\u2019eKhaya mina ngkhumbul\u2019ekhaya\r\n eGoli alukh\u2019uthando mina ngkhumbul\u2019ekhaya\r\n[Verse 2]\r\nLoyo moya opholile mft oshaya eyntabeni\r\nLoyo mcabango wokjabula ongaz kuthi uqalephi\r\nLokho ksaba kwasehlathini maw\u2019buy\u2019eynkomeni\r\nLokho konywa mas\u2019uqala uvela ngasemfuleni\r\n\r\nNgizw\u2019ngandlebenye kthiwa zyawshaya ngale komgwaqo\r\nKmele uphethe ezakho sohlangana ngosuku lomgcagco\r\nAmatshitshi azobe ngkheth\u2019eyodwa kweyntathu\r\nSekneskhathi ingsokolisa manje ing\u2019qhatha nabantu\r\n\r\nOngahloniphi uthelw\u2019induku engani iynsizwa aysabani\r\nShlala shleke skhulume mawbheka kodwa asazani\r\nKush\u2019ingoma ihlaba inkabi kwibhimbi unyawo alphakami\r\nThalente l\u2019khona, sdlal\u2019ibhola iy\u2019tar zakhona ayCavani\r\n\r\nInkinga iyona ndawo lebulala onke amaphupho\r\nKthakathwana kdutshulwana kbanjelwana amagqubu\r\nNhliziyo zimbi ziqalekisa zifunga okubi nokufa\r\nIndawo eletha okuhle okubi mft awvuki mawfufa\r\n\r\n[Chorus] x4\r\nNgkhumbul\u2019eKhaya mina ngkhumbul\u2019ekhaya\r\n eGoli alukh\u2019uthando mina ngkhumbul\u2019ekhaya","download_count":78,"play_count":2,"restrict_download":0,"generated_thumbnail":null,"flag_count":0,"download_count_24":1,"download_count_24_at":"2025-04-22","reupload_sent":0,"thumb_path":"https:\/\/s3.eu-central-1.amazonaws.com\/sol-assets\/uploads\/public\/635\/b01\/34e\/thumb_898042_300_300_0_0_crop.jpg","status_reason":"published","status_reason_alt":null,"tags":[]}
Loading your song...
Downloads: 78
Song Lyrics:
Emakhaya Lyrics
[verse 1]
Mpil’yasekhaya, Aysoze yafaniswa neliny’ibanga
Ukvela kwenjabulo ekhaya kush’ukphuma kwelanga
Uvuk’ekseni uhleke ubingelele nabadala
Bezama ukthetha bethi mfana vuk’uyokha amanzi
Mawngena endlini knuka kahle iyshebo zamakhala
Iyngane zphiz’idokwe kwazis’uGogo uyaysab’indlala
Uk’ba khona kwakho inqobo kuthi unani aknendaba
Kodwa nghlel’eGoli manj ngkhumbul’intomb’endala
Ithi “Menzi sengkhathele ukpheka ngfuna uzongphumuza
Izolo ngbuy’emtholampilo unyawo ngal’thunuka
Sbadala manje noma inini uJova engaskhumbula
Seksele nina ukuthi nenze okningi nisazokfunda…”
Ngbuye nghleke engan ngyamazi uGogo unamancoko
Ukuthi namhlanje kpheke yena nje sefun’uknconywa
Mangbheka selyoshona ng’gijimele uklanda iynkomo
Uthando lwakhe lubanzi, lengoma ngyenzele abogogo
[Chorus] x4
Ngkhumbul’eKhaya mina ngkhumbul’ekhaya
eGoli alukh’uthando mina ngkhumbul’ekhaya
[Verse 2]
Loyo moya opholile mft oshaya eyntabeni
Loyo mcabango wokjabula ongaz kuthi uqalephi
Lokho ksaba kwasehlathini maw’buy’eynkomeni
Lokho konywa mas’uqala uvela ngasemfuleni
Ngizw’ngandlebenye kthiwa zyawshaya ngale komgwaqo
Kmele uphethe ezakho sohlangana ngosuku lomgcagco
Amatshitshi azobe ngkheth’eyodwa kweyntathu
Sekneskhathi ingsokolisa manje ing’qhatha nabantu
Ongahloniphi uthelw’induku engani iynsizwa aysabani
Shlala shleke skhulume mawbheka kodwa asazani
Kush’ingoma ihlaba inkabi kwibhimbi unyawo alphakami
Thalente l’khona, sdlal’ibhola iy’tar zakhona ayCavani
Inkinga iyona ndawo lebulala onke amaphupho
Kthakathwana kdutshulwana kbanjelwana amagqubu
Nhliziyo zimbi ziqalekisa zifunga okubi nokufa
Indawo eletha okuhle okubi mft awvuki mawfufa
[Chorus] x4
Ngkhumbul’eKhaya mina ngkhumbul’ekhaya
eGoli alukh’uthando mina ngkhumbul’ekhaya
Subscribe to get the hottest exclusive music and content straight to your inbox!
Help us verify you before we continue...
We were not able to verify you. Please try again.